WISDOM FROM THE WORD

“The righteous shall flourish…
like a cedar in Lebanon” (Psalm 92:12)

WISDOM FROM THE WORD

The righteous shall flourish…

like a cedar in Lebanon” (Psalm 92:12)

Blog

Your blog category

Ukuphila Okuphakade

Ihunyushwe nguThobile Nguse   Umbuzo olula nje engiwubhekisa kuwe. Kungabe impilo ephakade uNkulunkulu asinika yona ingeyaphakade noma qha? Ngiza ngenhloso elula nje; ukukusiza uthole isiqiniseko sensindiso. Ukubeka kafushane nje, ngizokuhola uqonde ukuthi uma uNkulunkulu esindisa umphefumulo, ngokukholwa uJesu Kristu, Uzowuyisa umphefumulo osindisiwe enkazimulweni ngamandla akhe amakhulu! “Nina enilondolozwa ngamandla kaNkulunkulu ngokukholwa ukuba nibe nokusindiswa” indlela …

Ukuphila Okuphakade Read More »

Isiqinisekiso Sensindiso

Ihunyushwe nguThobile Nguse   Wake wazizwa unokungabaza ngensindiso yakho? Hleze abazalwane abaningi sebeke bathintwa yilokhu empilweni yabo yobuKristu.  Manje singazi nje kodwa ukuthi sisindisiwe? Uma kunjalo, singazi nje kodwa ukuthi siphephile kuJesu? Lona umbuzo obalulekile ongawubuza. Lombuzo uthola ukwesekwa uPawulu kwincwadi  2 kwabaseKorinte 13:5  “Zihloleni nina, nibone  nisekukholweni yini”. Futhi nje qaphela ukuthi uPawulu akasho …

Isiqinisekiso Sensindiso Read More »

Buyelani Endlelni Endala

Ihunyushwe nguThobile Nguse   “Usho kanje uJehova, uthi: yimani ezindleleni, nibone, nibuze imikhondo yasendulo ukuthi iphi indlela enhle, nihambe ngayo, niyakufumana ukuphumula kwemiphefumulo yenu; kepha bathi: asiyakuhamba ngayo” (UJeremiya 6:16)   Ibandla lezinsuku zethu liphethe umyalezo ohlukile kunalona wasikhathi esedlule. Ivangeli lesimanjemanje lithambile kanti futhi liyabekezela kakhulu. Abantu baholeleka ekutheni bakholwe ukuthi bangathatha noma yiphi …

Buyelani Endlelni Endala Read More »

Lord of Life

God Has Spoken Concerning Abortion   On the 22nd of January 1973 the US Supreme Court ruled that a woman’s right to privacy must be broad enough to include abortion.  At that time the highest court in the US ruled that “legal personhood does not exist prenatally”.  In other words a foetus in the womb …

Lord of Life Read More »

UNkulunkulu Wempilo

Ihunyushwe nguThobile Nguse   UNkulunkulu Ukhulumile Ngokuhushulwa Kwezisu   Ngomhlaka-22 kuMasingana ngonyaka wezi-1973 inkantolo ephakeme yaseMelika yanquma ukuthi owesifazane unamalungelo ngomzimba wakhe, kangangokuba kwafika ekutheni angasihushula nesisu. Ngaso leso sikhathi, inkantolo ephakeme eMelika yanquma nokuthi “Ubuntu obusemthethweni abukho usayihlule”. Ngamanye amazwi uma usayihlule usesiswini awusiye umuntu ungakazalwa. Kusukela ngalolosuku izinkulungwane ngezi nkulungwane zabantwana abangakazalwa babulawa …

UNkulunkulu Wempilo Read More »

Lord of Death

God Has Spoken Concerning Suicide   I read an article several years back on the subject of suicide among teens.  The article reported a quadrupling of suicide incidences within a 20 year period, to the point where suicide is now the 2nd leading cause of death among the young, second only to accidental death.  The …

Lord of Death Read More »

Inkosi Yokufa

Ihunyushwe nguThobile Nguse   UNkulunkulu Ukhulumile Ngendaba Yokuzibulala   Ngafunda indatshana eminyakeni eyedlule eyayikhuluma ngokuzibulala kubantwana abasebancane. Lendatshana eshaqisayo yayikhuluma ngengozi engukuzibulala kwiminyaka nje engamashumi amabili, kuze kuba ukuzibulala sekuyindlela yesibili eseqhulwini kwizimbangela zokufa kubantu abasha. ingeyesibili ilandela izingozi. Nakho lokhu kucatshangwa ukuthi kungase kushintshe ngoba ezinye zalezi “zingozi” zisuke zihlosiwe, kungalona iphutha. Lendatshana iyaveza …

Inkosi Yokufa Read More »