WISDOM FROM THE WORD

“The righteous shall flourish…
like a cedar in Lebanon” (Psalm 92:12)

WISDOM FROM THE WORD

The righteous shall flourish…

like a cedar in Lebanon” (Psalm 92:12)

Blog

Your blog category

Ukwesaba Okhokho

Ihunyushwe nguSandile Mbotho   Sekuyisikhathi ngizindla ngemibuzo maqondana nalaba abanezicelo kwabangasekho ukuze babasize empilweni, kuyinkolo nesenzo esejwayelekile kumabandla amaningi. Inkosi isinikeze amavesi ambalwa ebhayibhelini encwadini yeZenzo 10:42-43, ukuphendula lokuku khathazeka.  UmPhostoli uPetru ukhuluma kulabo abadinga iqiniso.  Kungabe uyalidinga na? “Nguye [uJesu waseNazaretha, vs. 38] omisiwe nguNkulunkulu ukuba abe-nguMahluleli wabaphilayo nabafileyo” (i-Zenzo 10:42). Izwi leqiniso lika …

Ukwesaba Okhokho Read More »

Munye uNkulunkulu onguNkulunkulu!

Ihunyushwe nguThobile Nguse   Silandela emva kokhokho abebenesibindi, abaka Nkulunkulu webhayibheli. Isiko lamaqhawe asendulo asandulelayo. Abesilisa nabesifazane abalimela iqiniso eminyakeni eminingi edlule bebhekene namanga ngeqiniso abanye baze balahlekelwa ngokuningi. Kuyindlela kaNkulunkulu ukuthi abaholi abaqotho bakhulume iqiniso ukuze konke okukhulunywa abanye kube amanga aluhlaza. Labaholi abavusiwe bayaziphikisa izimfundisoze ezidukisayo, lokhu bakwenza obala. Lena yindlela kaNkulunkulu, esebenza …

Munye uNkulunkulu onguNkulunkulu! Read More »