Esihogweni
Ihunyushwe nguSandile Mbotho “Kepha ukuthethelela kukuwe, ukuze wesatshwe” (AmaHubo 130:4) Isahluko 16 ivangeli ngokuka Luka sithola indaba emangazayo, ngandlela zonke zemicabango nethusayo iminyakanyaka. Iyona ngxenye ye bhayibheli echaza ngokweqiniso ngomuntu ongasindisiwe emuva kokufa. UJesu usitshela ngendoda eyaphila impilo yobugwili kodwa ingenakuzikhathaza ngo Nkulunkulu, kanye nendoda eyaphila ekuhluphekeni kodwa yathola impilo engenakuphela no Nkulunkulu. …